Ushicilelo lwedijithali luyinyela lwephephandaba eligayiwe iBayede-Iphepha laboHlanga. Ungaluthola ushicilelo oluphelele lweBayede-Iphepha laboHlanga kukhompuyutha yakho, ku-Tablet noma ku-Smartphone futhi ufunde noma kunini noma kuphi ngokuthanda kwakho.
Cindezela kukhava yaleli khasi elingakwesokudla ukungena (noma ukubhalisa uma ungakaze ubhalise ngaphambilini).
Uma ubusukubhalisele ukungena ku-E-Edition, ungaqhubeka ungene ukuze ukwazi ukufunda. Uma kungenjalo, kuzomele ubhalise kuqala.
NgeBayede-Iphepha laboHlanga E-Edition usungakwazi
ukuthola uphinde ufunde izindaba ezihlabahlosile
neziveza ingqikithi ziqhakambise nolwethunga
ngokushesha. Okumele ukwenze ukucindezela ku-App
Store we-Apple noma i-Google Play Store ubheke
uphawu olubonakala ngezansi.
Uma ungakabhalisi, cindezela ngezansi ukukhetha amanani ezindlela zokukhokha.
Ukulanda okufunwa kakhulu
kuyingxenye enkulu kulabo
abathanda ukulalela iphephandaba
labo ngenkathi benza okunye noma
kulabo abahlushwa ngamehlo.
Uyaluthanda udaba? Abelana
nabanye! Ungathola isixhumanisi
ngqo odabeni, ulufake kuFacebook
futhi kunoma iyiphi inkundla
yokuxhumana.
Londoloza izindaba ukuze ubuye
uzifunde. Ngokusebenzisa ithuluzi
lethu ungaqoqa izindaba zibe ningi
ngokuthanda kwakho.
Yehlisela ocingweni lwakho
ushicilelo oludijithali ulufunde
noma yikuphi.
Phrinta izindaba nezimpicamagama
noma kunini.
Hlwaya isilulu esiphelele
seBayede-Iphepha laboHlanga
kubandakanya izindaba noshicilelo
olwedlule lwephepha nyazi.